Konke, Musa Keys – Kancane Lyrics

Konke Kancane Lyrics, Musa Keys Kancane Lyrics (feat. Nkulee501, Skroef28 & Chley)

Ngizohamb’ amazwe
Ngifunana nawe
Ngibulawa yinkumbulo
Sthandwa sami
Noba ‘buthe useNtshona
Nom’ useMpuma
Dali kimi kuyafana
Ndizokulandela
Ngicela sakh’ umuzi
Sibenekhaya
Sithol’ abantwana
Sibaph’ amagama
Omunye nguThando
Omuny’ uNjabulo
Omunye nguScelo
Wokugcina uMpilo
Ngicel’ ungibambe kancane, kancane
‘thando lwethu luvus’ abalele
Kukhal’ omalume
Balandele nabo bacel’ ushwele
Uselala malunde
Isgubhu sivusa nokhathele
Bamb’ilas gaydo
Yenzi izitha zithukuthele
Ngicel’ ungibambe kancane, kancane
‘thando lwethu luvus’ abalele
Kukhal’ omalume
Balandele nabo bacel’ ushwele
Uselala malunde
Isgubhu sivusa nokhathele
Bamb’ ilast gaydo
Yenzi izitha zithukuthele
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Kancane kancane, kancane kancane
Kancane kancane
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Kancane kancane, kancane kancane
Eh…
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Kancane kancane, kancane kancane
Kancane kancane
Ngibambe kancane kancane
Kancane kancane, kancane kancane
Eh…
Ngicel’ ungibambe kancane, kancane
‘thando lwethu luvus’ abalele
Kukhal’ omalume
Balandele nabo bacel’ ushwele
Uselala malunde
Isgubhu sivusa nokhathele
Bamb’ ilast gaydo
Yenzi izitha zithukuthele
Sondela my-dali
Kunini bezama ukusihlukanisa
Manje sijabulile
Bathula bathi nya
Kodwa saxabana
Baphenduka abasakazi
Qinisela my-dali
Uthando lwami
Nawe bayoze balwazi
Bayek’ ukukhuluma
Noma yini abangayazi
Bamukelisimo
Bayekubuthaka
Angithi sorry ntombazane
Wena vel’ubungazi
Chips wena, aiii skelem
Phuz’amanzi cela bak’khelele
Tshel’abangazi sesfikile
Angithi sorry ntombazane
Wena vel’ubungazi
Chips wena, aiii skelem
Phuz’amanzi cela bak’khelele
Tshel’abangazi sesfikile
Angithi sorry ntombazane
Wena vel’ubungazi
Chips wena, aii skelem
Phuz’amanzi cela bak’khelele
Tshel’abangazi sesfikile
Angithi sorry ntombazane
Wena vel’ubungazi
Chips wena, aiii skelem
Phuz’amanzi cela bak’khelele
Tshel’abangazi sesfikile
Angithi sorry ntombazane
Wena vel’ubungazi
Chips wena, aiii skelem
Phuz’amanzi cela bak’khelele
Tshel’abangazi sesfikile
Angithi sorry ntombazane
Wena vel’ubungazi
Chips wena
Aiii skelem
Phuz’amanzi cela bak’khelele
Tshel’abangazi sesfikile
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Kancane kancane, kancane kancane
Kancane kancane
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Kancane kancane, kancane kancane
Eh…
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Ngicel’ ungibambe kancane kancane

Ngicel’ ungibambe kancane kancane

Konke Kancane Lyrics English Translation

    Lyrics Details:

  • Written by: Lebogang Lamola, Musa Makamu, Nkululeko Nkosi, Phiwakonke Ntanzi, Siphesihle Nkosi, William Maseko
  • Album: Kancane
  • Released: 2022